Igama lesayensi lika-Umavulakuvaliwe ngu-Podocarpus henkelii. Lesihlahla siyi-conifer (isihlahla esithela izinhlamvu ezingaphandle) esizalwa eNingizimu Afrika, esingowomndeni wezitshalo i-Podocarpaceae, futhi sidume ngokuma kwaso okuhle namagatsha alengayo.
Umavulakuvaliwe umuthi lo uya - phalaza, futha, qguma ukuze izinto zakho zicace zibe mhlomphe, uyathakwa neminye imithi, uma uwusebenzisela inhlanhla isikhathi esiningi uwusebenzisa izinsuku eziyisikhombisa. Uvulakuvaliwe uyangena emithini yokubuyisa izinhlanhla zakho ezathathwa noma ezathwetshulwa. Uvula kuvaliwe uyangena wenze imithi yokuqaqa izibopho. Uyayibiza futhi imali uma uthakwe nemithi yemali - awusozosebenza uwodwa, uyawuhlanganisa nemithi yemali uyigaye, uphalaze, uqgume usho okudingayo.
Wenzani uvulakuvaliwe umuthi?Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |